UMabaso uzalwa noKhumalo. Bayinzalo kaMntungwa. UMntungwa uzalwa uyena uMbulazi. UMbulazi uzalwa uNdaba (uNdabezitha). UMabasa akahlobene noMabaso kanye noKhumalo. Kucishe kwafana amagama. Sekwenziwa sengathi into eyodwa. Lokho kubangelwa ukuthi kukhona abantu bakwa Mabaso abahamba begcina sebe zinze kwelase Mozambique. Ukwakhelana kwabo kwagcina sekwenza kubonakela sengathi bayinto eyondwa. Abantu bakwaMabasa bangabantu bakwaChauke.
Search results: "ti" Page 2 of 73264
Ndunakazi it a conjunction word Nduna+Kazi Nduna is a supervisor Kazi is a Suffix used to make things bigger/to represent Female
Masizwa kuthiwa kwaxoshwa insizwa yakwaMthethwa yahlala kwaCele njengehlala okwabe kuyinto ejwayelekile wendulo.Masizwa kuthiwa yaba sebudlelwaneni nentombi yakwaCele kanti yayisithathwa njengowakhona..Yadla Ekhaya wavelakanjalo..UNgwazi singajabula Uma kukhona onencazelo ehlukile asize.
Ntinga , Mjamba , Msuthu , Dlakama , Longolongo , Nhlunemhlophe abayihlawula ngamaduna namathokazi , Phondo olungembi olumba ngonba libona amankowa nkowane , Gwadl’emahhila , Nina enehla ngeslulu entanbeni zaka Mshweshwe , DLAKAMA !! π