Umlando wakwaNcobela Clan History

Umlando wakwa Ncobela: Abantu bakwaNcobela bayinzalo kaMhlanga owake wazinza endaweni manje ebizwa ngokuthi iseSwazini. UNcobela kaMhlanga wayishiya indawo eyayakhele izizwe zabaMbo-Nguni nabeSuthu ngesikhathi sokubusa kwamakhosi okuqala ayesuka enkabeni ye-Afrika alibangisa eMpumalanga neAfrika agcina edlulela eningizimu ye-Afrika, emakhulwini ambalwa eminyaka emuva kokuthi isizwe sabaThwa esasakhele kulondawo sisusiwe. Abantu bakaNcobela kaMhlanga babekhuluma ulimi lwesiTekela olubuye lwaziwe ngokuthi … Read more