Magwa Clan Names & History

Magwa, Cwerha, Vambane, Siyoyo, Nongqwebo, Mlawu, ihlahla elagawulwa laswela umrhuqi layekwa phansi komlanjana xa lizendlini kubaleka wonke umntu ngoba lithwele inyoka, Njembu, Gxarha, Gxarha eliphezulu, Mahlahlane, potwana, Mali ebomvu echintshwa phesheya kwegqili, ORhawula kuyaphalala!

Umlando wabakwaDlamini

AbakwaDlamini bangama Nguni aseMbo ngokwezigaba zamaNguni. UMSUKA WABO BAZE BAFIKE ESWAZINI Ngeminyaka yawo 1500 babeseKenya behlala khona base befuduka njengabantu bonke behlela eMozambique, kodwa bahlushwa ngamaPutukezi khona, base basuka baya kwaNgwane ngeminyaka yabo 1600. Kathi ngeminyaka yabo 1700 base begcwala amazwe onke njengoba bebaningi eZimbabwe, eMzansi nasezindaweni zonke. Bonke oDlamini umhlaba wonke bahlobene, Dlamini waseZimbabwe … Read more