Izithakazelo zakwa Goqo Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwa Goqo Ndaba, Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula, Nomvikela kaNokulamba kaDelwa, Sobahle, Dubandlela Ndongadilika kuphuz’izimpohlo, Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela, Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomb’ilanga, Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale! Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Goqo! Fonela lenombolo: 061 868 5163 wenze i-oda lakho!Price: R200.00