Izithakazelo zakwa-Goqo

Izithakazelo zakwa-Goqo Ndaba,Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,Sobahle, DubandlelaNdongadilika kuphuz’izimpohlo,Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale! Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Goqo! Xhumana nathi ngo- Whatsapp kule nombolo: 061 868 5163 wenze i oda lakho! Price: R200.00

Izithakazelo zakwa Mazibuko

Mazibuko clan praises: Khondlo, Mwelase, Nzima, Muna, Wena owangena nesikhuni emanzini waphuma naso sivutha, Wena ongaweli ngezibuko,owela ngezihlangu zamadoda, S`gawuli semithi emide nemifushane, Mgabhamafu ohamba ubugwathugwathu emafini, Nzimalamase ngobulandakazi, Obuhlasehlase ithambo elagedla ezintabeni, Okwathiwa ngoba nakhu esevula izibuko lokuwela kwathiwa nguMwelase, Hlathikhulu, Manzezulu, Phuthini, Khuhlase kaMgabhi !!