Izithakazelo zakwa Hlophe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Hlophe Thumbeza kamyeni, Ntombi zenda ngonyezi, Ezabafokazana zenda ngobumnyama, Mahlekwana, Nina enahlek’umuntu edlula ngendlela, Dlezi! eSwatini version: Hlophe Mabhengu Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala, Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini Samela !! Zikhona izikibha nama-hoodies: Whatsapp me by clicking this link

Izithakazelo zakwa Goqo Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Goqo Ndaba, Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula, Nomvikela kaNokulamba kaDelwa, Sobahle, Dubandlela Ndongadilika kuphuz’izimpohlo, Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela, Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomb’ilanga, Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale! Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Goqo! Fonela lenombolo: 061 868 5163  wenze i-oda lakho!Price: R200.00    

Izithakazelo zakwa Dubazana Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Dubazana Mwelase, Mbansa ngesandla ebantwini, Wena kaCala, Wena ongawelanga ngazibuko, Wena owawela ngezimpambosi zomfula Khondlo! Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Dubazana! Fonela lenombolo:061 868 5163  wenze i-oda lakho! Price: R200.00 Served on Standing Committee on Auditor-General and Portfolio Committee on Public Service. Holds Bachelor of Arts in Nursing Science from University of South Africa.

Dlamini Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Dlamini Sibalukhulu, Mdlovu, Magaduzela, Magaga kaNsele, Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa yobayoba, Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi, Izwe lafa ngathini na? Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka aziphonsa ocingweni, Ngonyama! Dlamini clan names, Dlamini clan praises, Dlamini praises, Dlamini izithakazelo Ziyatholakala izikibha ezinesithakazelo zakwa Dlamini – Fonela lenombolo:  061 868 … Read more