If you know Sikhwivhilu clan praises, please add them in the comments below.

MDLULI

Abasemfak'ceba Mdluli, Shenge, Sikwayo, Mfumbathi, Zagwana, Nsibande, Mbiyeni ngamafushane ngoba amade azomsibekela. Ngungunye, mbambi weshoba mbukazi.nina bakamgidi wesbhamu !

Izithakazelo zakwaMalinga, oHlanguza.

Izithakazelo zakwaMalinga Malinga Hlanguza kaMdladla KaPhepheletseni KaLwandle aluwelwa, Luwelwa zinkonjane Ezindiza phezulu Khathide, Mzilankatha Ngqokazi Thumbela kaNgwane Mahlamvana bhul umlilo Read more