Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Siluma:

Shodo
Ndimande
Amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane nibahle nezinyawo zenu nina enahla umkadade wabo wathi akanamehlo akananyongo umhlehlo isibhabhakazane O’mahlome endlini wathi akezokuya emashodweni ngoba akashayi kayabulala amazawezawe amhlophe Omagwaze’khuphule kucitheke amas*nde ndoda omabulal’ehleke.