clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: abakwa-khumalo

KHUMALO CLAN NAMES

-MNTUNGWA🥺❤️🦋🤲

-MBULAZI OMNYAMA🥺❤️🦋🤲

-MASHOBANA🥺❤️🦋🤲

-Nina basebhej’ esengome🥺❤️🦋🤲

-nin’enadl’umuntu nimyenga ngendaba🥺❤️🦋🤲

-Nin’enadl’izimf’ezambili🥺❤️🦋🤲

-Ikhambi laphuma lilinye🥺❤️🦋🤲

-Labengula ka Mzilikazi🥺❤️🦋🤲

-Mzilikazi ka Mashobana🥺❤️🦋🤲

-Shobana no Gasa🥺❤️🦋🤲

-kaZikode🥺❤️🦋🤲

-Zikode kaMkhatshwa🥺❤️🦋🤲

-Okhatshwe ngezind’izinyawo🥺❤️🦋🤲

-Nangezimfushanyana🥺❤️🦋🤲

-UMkhatshwa wawoZimangele🥺❤️🦋🤲

-unyama yentini yawoZimangele🥺❤️🦋🤲

-Mabaso🥺❤️🦋🤲

-Owabas’entabeni🥺❤️🦋🤲

-Kwadliwa ilanga lishona🥺❤️🦋🤲

-mntungwa 🥺❤️🦋🤲

Khumalo clan Bulawayo Zimbabwe

UKhumalo,uNgululu,Ndlangamandla kaMatshobane,yena owala ukudla umlenze kwaBulawayo. Indlondlo eyadlondlobala kwazulu kwathuthumela uShaka. OkaMatshobana kaMangede kalanga,ilanga elehluluShak’ubheka,wath’ elibheka lamxophe yana wayengakaze axhotshwe.

Abakwa Khumalo, Mabaso no Nkosi bazalwa ngu Mntungwa ka Mbulazi. U Mabaso wabe emdala.
U Khumalo ka Mntungwa ka Mbulazi wazala uMkhatshwa owazala uZikode owazala u Gasa no Mashobane.
U Zikode wazala uMagugu, Donda, Siwela owazala uMlotshwa.
U Magugu wazala uNkonyeni owazala uMtekuza owazala uMazungezi yena owazala uMandlalela.
U Mashobane wazala uMzilikazi.
U Mzilikazi wazala uMangwana no Nkulumane owazala u Nokhenke owazala uNdlukayise owazala u Velaphi John Nombengula Thobela.
Nansi enye inzalo yakwa Khumalo:
Ndabezitha, Mashobane, Mzilikazi, Ngonyama, Nyandeni, Khukhuza, Ngwadla, Maweni, Macala, Zwangendaba, Msweli, Seni, Mbawu, Phungaza, Gwamanda, Muthwa, Mbulazi, Khulu, Zikode, Gawozi, Bheje, Nyathikazi, Mzazela, Shembe, Lobengula, Gasa, Mkhatshwa, Mawela, Nkomo, Ntokela.
Amanye walamagama agcina eyizibongo kanti amanye agcina engamagama nje.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: