clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Dlamini Sibalukhulu

Dlamini Sibalukhulu clan

Dlamini Sibalukhulu clan names

  • Sibalukhulu!
  • Mdlovu, Magaduzela,
  • Magaga kaNsele!
  • Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
  • Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
  • Izwe lafa ngathini na?
  • Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
  • Ngonyama!

Ziyatholakala izikibha ezinesithakazelo zakwa Dlamini – Fonela lenombolo: 

061 868 5163

 wenze i-oda lakho! No Whatsapp please.

Izithakazelo zakwa Dlamini Sibalukhulu

Izithakazelo zakwa Dlamini Sibalukhulu

Sibalukhulu,
Khuze,
Lungqi,
Ngubokazi,
Lamyeni,
Langa,
Mdlovu,
Limakho

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: