Dzanibe Clan Names | Dzanibe clan praises
Dzanibe
Nqolo
Mahlamb’ahlale etseni ngokweswela ithawula.
Manqolo qabani ibomvu ninga dluli nabadluli bendlela ngoba nibahle kakhulu
Indathana eyehlula umbathalala.
Bakho bexonya bangasaleluki
Gaba
Gabongaphelo
Sigwili
Dzanibe
Tag: Dzanibe
Dzanibe:
- Nqolo,
- Gaba,
- Mahlambetsha
uQwabe uzala uMahlobo
uMahlobo azale uSidinane
uSidinane azale uKhuzwayo
uKhuzwayo azale uSimamane
uSimamane azale uLufutha
uLufutha azale uMncinci
uMncinci azale uKhondlo
uKhondlo azale uPhakathwayo!
Bophela
Hlomuka, Mgidi
Dzanibe:
- Nqolo,
- Gaba,
- Mahlambetsha
Dlangalala
Galu, Nyamenja
Gcwensa
Mzulwini, Ndimande
Gwacela
Mbili, Mhlanga
Gininda
Nyembezi, Shamase
Hlela:
- Madlala,
- Hangala,
- Kunene
Bhengu
- Ngcolosi,
- Jali,
- Dlabazane,
- Ngwadi,
- Shongololo,
- Nondela,
- Cibane,
- Ngwane
Goba
Jangaza, Mbambo, Magoza
Hlengwa
Mashasha
Biyase
Ziqubu, Khathini
Hlabisa:
- Songiya,
- Ngotsha,
- Mdinwa,
- Vilakazi,
- Somfula
Hlatshwayo:
- Mhayise,
- Langa,
- Godongwane,
- Cebisa,
- Mabhengela,
- Mgogodlana