Izithakazelo zakwaMahlinza

Jiyane,
Zosongo, Mkhathini,
Mkomo, Magolwane,
Nonzwenzwe wamanzi,
Malunguza kuvele inyama,
Mgwalini!

Others know them like this:

Izithakazelo zethu zithi mahlinza makhonkwane sikhumba socwatha mbuyazi dube elimthende Uma lingemthende imbongolo Nina okwakhala abafazi bengaphesheya komfula bathi emyeni nonzwenzwe wamanzi magolwane !!