Sibande,
Goje,
Mdlanyoka,
Phangelakhulu,
Hlase ka Ngwane ka Thumbankomo,
Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livula ngamakhanda amadoda,
Njengeloncama njengezitho zakhe,
Khondlo omnyama,
Lombiwako!
Tag: Goje
Izithakazelo sakwaBanda
- Banda
- Swande
- Landa elimhlophe bha!
- Nsibande!
- Goje !
- Mdlanyoka waseziNtabeni zakwanodumiZulu owaphangel ‘Izimbile zaphuma emgedeni zasabalala.
- Kwaceb’izizibaba.
- Ngoso!