Izithakazelo zakwa Zungu π Zungu Clan Praises
Tag: Gwabini
Zungu Clan Names
Gwabini,
Manzini, Geda,
Ncwane,
Ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Izithakazelo zakwaManzini
Gwabini,
Zungu, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Izithakazelo zakwaMakhoba
Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Izithakazelo zakwa-Zungu
Gwabini,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Makhoba
- Gwabini,
- Hamashe,
- Manzini,
- Geda,
- Ncwane nga Nkomo,
- Sengwayo,
- Zungu
Khuluse
- Hlongwa,
- Gabhezi,
- Gebhezi,
- Mdindela
Dimba:
- Dakada,
- Fanisa,
- Fenya,
- Nkondlane,
- Mnguni
Dlungwana
- Nondaba,
- Gagashe
Dlamlenze
- Shamase,
- Nzima
Nkomo
- Yengwayo,
- Malinga,
- Ludonga,
- Mavuso,
- Mdladla,
- Mcineka,
- Gwazela,
- Phangisa
Chamane:
- Nzima,
- Wosiyane,
- Mashiza
Chule:
- Nxele,
- Msweli