clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Hlabathi

Hlabathi Clan Praises ? Izithakazelo zakwa Hlabathi

Hlabathi Clan Praises , Izithakazelo zakwa Hlabathi
UnguHlabathi!
Mboqo!
Sibongo esihle!esizondwa abathathakathi..sithandwa izizwe zone..ondlebe Zikhanya ilanga Ndabezitha!

Izithakazelo zakwa Hlabathi

Hlabathi

mwelase

bhalakophe

mabhodla kude njengengwenyama

wena ongaweli ngelizibuku uwela ngesihlehle solwandle 

mantini

Izithakazelo zakwa Hlanguza

Izithakazelo zakwa Hlanguza

Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: