Ithi ingahamba idle udaka

Incazelo—kusho ukuth uma ngabe uhambile noma ungekho ngakini kumele wamukele isimo sakuleyo ndawo oyihambele ungabe usufuna izinto zenzeke ngendlela ezenzekalayo ngakini

Isibonelo—uma uzazi ukuth uyinkosi ngakin(eNyukhasela) ungalindeli ukuthi abantu bakuhloniphe eBergville noma bakuphathise okwenkosi.