clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Izithakazelo zakwa Dlamini Jama

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama
Dlamini,
Mzizi,
Jama Ka Sijadu
Nomane, Mtikitiki,
Cubungulashe,
Ndabazamthethwa, Nsukunsuku,
Ntabuyanyuka, Sandluluba,
Nkosi!

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama

Lusibalukhulu,
Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda
Jama kaSjadu, Nkomo zidla ekhaya ngoba zeswele abelusi
Mdlovu, Magaduzela, Magwenyane, Nkosi, Mzizi
Mdineka, Nyanya, Msuduka
Inkonekaz’evele ngobusw’emgedeni.
USamkethe, esinembay’emaLangeni,
UMswazi kaSobhuza
Sgwinya mkhonto notho lwaso
Wena owaFodo ka Nombewu kaNomagaga
Wena wase Dlebe
Mfolozi emnyama inkethabaweli, Nyanya
Mabonel’empunzini, Mlangeni
wena ka Miso (Misizwe)
Mgoqo ovimbe’sangweni nansi impi, izwe lafa ngathi na??
Ngonyama!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: