Lusenga Surname History

U lusenga uchamuka e Lusaka nezinkomo zake a hamba a funa amadlelo wezinkomo. Wafika empumalanga wafica impi Yama swati namapedi umswati wayehlulwa gamapedi
Umswati wacela ulusenga ukuthi amncedise empini. Ulusenga wanceda ama swati ukuthi a ncobea amapedi ngoba umuthi ka lusenga wawunzima.
Amapedi abaleka awela intaba u Maga lies burg. Kodwa amaswazi wasaba ukugijimisa amapedi ngale kwe ntaba. Umswati wasaba ukugibela intaba ngo a asaba ubuthakathi bamapedi. U lusenga wayigibela intaba ngo a wayengasabi lutho. way igibela intaba waya phezulu elukhalwini ayocapha amapedi ukuthi angabuyeli emuva ukuyohlasela AMASWATI.