clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Mandla-Khuzwayo

Khuzwayo origin ๐Ÿ˜ imvelaphi yakwaKhuzwayo

uKhuzwayo Kwakuyingane yenkosi yakaQwabe yayizoba inkosi makukhoma uyise ngenxa yokuthi umndeni kaQwabe wawumkhulu kwaba nombango wobukhosi okwagcina buthathwe bayendlin ekwakungafanelekile u khuzwayo bamphuca ngoba bethi uluhlaza.

Bajika bathatha inganeyakhe bayikhethisa inkosi mabebuza abanye bomndeni bathi bona abasadlelani รฑendlu khuzwayo wasethi u khuzwayo is omelette nisethe isbongoke mina nendluyami bathi uSmamane ngoba inganeyakhe imamathekele inkosi wasnqaba,bathi uMbhongela ngoba ubhongela inkosi imetha isbongo wathengamane edlinyama eyayihlatshiwe aGoduke,waDlawemuka kaQwabe.

Izindlu zikaKhuzwayo zaseziningi kangangokuthi ezinye zasezisukile Ingoe lasasibekwekhona singoQwabe sazesathola esithi Gumede ngoba ungovernable lunemigelekede emaguma uGumede uqhamuka kanjalo,so abanye bendlu kaKhuzwayo abazikwasala kwabanesbongo esasthola Ongoye ngoba isibongo sakithi sasvele ngesici oKhuzwayo ebasebesukile Ongoye ababebesayizwa eyokuthi thina singoKhuzwayo bakubo bathi ababona bona I dlamuka uMnguni insila yomuntu omvelaphi yakhe ikwaZulu.

uMzimela isici lapho omunye womndeni wazimelela ngenduku yethusi ekhaya

Izithakazelo zakwa-Khuzwayo

Izithakazelo zakwa-Khuzwayo

Gumede,
Qwabe,
Mnguni kaYeyeye,
Khondlo,
OSidlabehlezi bakaPhakathwayo
Abathi bedla, bebebeyenga umuntu ngendaba,
Bethi, “Dluyeya ngenhlana, umalokazana ubeyethe, kayikhuni sidingida yoyodaba!”
Kanti bahlinz’imbuzi,
Malandela, ngokulandelโ€™ izinkomo zamadoda,
Phakathwayo!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: