clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Manyathi

Manyathi clans

Izithakazelo: Nyathi
Mbhense.
Mgwaba.
Nyath’eMnyama,ingaba mhlophe ifuze ekhaya koNina.
Bhensela.
Gwaba laZitha,
Nina enidla niGwabelan’abasezitheni,nabasekhaya.
Wena oweza ngomnyama,uNyezi ukhona.
Wena owakwa mlamla’Nkunzi,ezimashobashobane,ziyeke zibulalane eMnyama neBomvu.
Nina abakwaMweli,enawela ngothi phesheya koMfula uMzimvubu.
Nyath’eMnyama eJame ngomkhonto pheko mfula uMzimvubu.
Ahlehla amaMpondo ahlehlela kwababo.

Izithakazelo zakwa Manyathi

Manyathi,
Senzela,
Donda,
Ndlanzi,
Ngongoma zomkhonto ezagogobala,
Jola,
Nqoba yeHlanti ,
Nina abehla entatshaneni zasemaqonqo,
Nyathi emnyama,
Amanqe adla ubunikilili,
Mgwaba,
Mbhense !

Izitemo zako Nyathi

Manyathi, mdluli, mavimbesangweni, mgwaba, bhense, nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina mlaba sontokozi ciyane ndela sindangonyezi sbindesimnyama njengenyongo yaso ngwane. jola, mtholi wena wewombe .

Libafazi bedube inyama

Libafazi bedube inyama

Lesi simo sokukhuluma sichaza ukubanda nokuguqubala kwezulu

Umsuka: sonke siyaz kuth mangabe kunomcimbi komakhelwane kuyaye kuze omama basize ngokuqoba imifino nangokugeza inyama, manje mangabe kwakwenzeka loyo msebenzi uqondane nesimo sezulu esibandayo omama babebikelwa makumele bayosiza ngoba phela kuyabanda beth “uban nje ongagezana nenyama kubanda kanje”

Manyathi clan names

Manyathi clan names

Manyathi
Mgwaba
Bhense
Nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina
Mlaba, Sontokozi, Ciyane
Ndela sindangonyezi sbindesimnyama njengenyongo yaso ngwane.
Jola, Mtholi wena wewombe hlomo olumanangi lunza lunye lunye lungaba lubili lwakha umuntu.

izithakazelo zakwa Manyathi

izithakazelo zakwa Manyathi

Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Manyathi, zithumelae kule-email: [email protected]

Izithakazelo zakwa Manyathi

Izithakazelo zakwa Manyathi

Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Manyathi, zithumelae kule-email: [email protected]

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: