clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mayendisa

Mayendisa Clan Names

Mayendisa
Thuselimhlophe
Mfene
Lingela
Gcwabaza
Msuthu
Ntamonde
Bhulekuphangweni
Zukezela
Makhanya owakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa ngoba usaba ubumnyama
Sishange
Ndlebenkomo
Nondlela
Nina enehla ngomzungulu niphuma empumalanga wasala umzungulu wabola
Sbumbu setshwele eligulayo ?

Izithakazelo zakwa MayendisaMayendisa Clan

Mayendisa
Makhanya
Mfene
Msuthu
Lingela
Ndlebeyenkomo
Gcwabaza

Umehluko wesaga nesisho

Nanku umehluko phakathi kweSaga neSisho

A. isaga-isaga asiguquki sihlale sinjalo nje usibiza ngendlela eyodwa noma ngabe kunjani.

B. Isisho-ungakwazi ukusiguqula, isibonelo: ukugqemeka engeqiwa ntwala, ungakwazi ukuthi “ngigqemeke engeqiwa ntwala, noma uthi “bagqemeke engeqiwa ntwala”

isibonelo sesaga: isalakutshelwa sibona ngomopho, asishintshi ngisho usuthanda ngeke.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: