Buthelezi: Shenge, Sokwalisa, Phungashe, Mnyamana kaNgqengelele! Mnandi ngamondi! Wenβ owadliwa βzindlovukazi zamlobolela! Nina βzinyawo ezimahhele, enaganisβ izintombi nanganye nangambili!
Tag: mhlengi-buthelezi
Izithakazelo zakwa-Buthelezi
Shenge,
Sokwalisa,
Mnyamana kaNgqengelele,
Phungashe,
Sondiya,
Mnandingamondi,
Wena owadliwa zindlovukazi zamlobolela,
Nina zinyawo ezimahhele,
Enaganisa izintombi nanganye nangambili!