clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mlotha

IZITHAKAZELO ZAKWA MLOTHA ?

Mlotha,Nyoka, Gasa ,Mandlakazi, Isihlahla somyezane esamila enkundleni, okwathi uma kungena ubusika, sawohloka. Wena ovala ngamakhanda amadoda abanye bevala ngezicabha!!

Izithakazelo zakwaMlotha

Mlotha, Nyoka, Gaza, Sihlahla so myezane esamila enkundleni okwathi uma kungena ubusika sawohlaka.Ovale ngamakhanda amadoda!abanye bavale ngezicabha . Wena Ombambo azibalwa.

Izithakazelo zakwaMaphalala

Izithakazelo zakwaMaphalala

Mtimande,
Mavuso, Msuthu,
BeSuthu BaseNkalanjana,
Abamaziny’ansansa,
AbaseMbathamkhonto njengobhedu,
Abehla ngesilulu,
Bathi: β€œZibukuzana zani lezi na?”,
Kanti `zinqama,
Wena wakwaMehlwana,
Wena wakwaMlotha,
Wena wakwaNungwana,
Msuthu waseMawusweni!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: