clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mnene

Izithakazelo zakwa Gwetshwayo

Mabasa,
Mnene,
Mdungazwe,
Masilathel’ akhwel’ intaba,
Mangungunyan abafazi namadoda,
Masonganga,
Madlela ehlathini njengegundane,
Wena wase Gudunkomo,
Mlondo gwazayo,
Sabela uyabizwa akubizwa wena kubizwa amajaha okhonto,
Ndwandwe!!!
Mkhatshwa
Zwide ka langa
Nkabanhle

Izithakazelo zakwa Mjoka

Mjoka,
Mnene,
Ngubende,
Abantu abahle,
Zinya,
Mthungebeyeni,
Soshwayo,
Mvunyelwa,
Didane!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: