Nxongo Izithakazelo

Nzimande.
Sonani, sona ngani sona ngemihlambi yezinyamazane ngokudabula insimu yabafo nabafokazane.
Sondiyeko,
Mpohlo,
Jojokhalo, mkhananandane.
Mathithy, Mantsholo.
Nogwaja ozikhundlakhundla.
Nkonjane eyadukela emafiny yaz yayophumela kubafoh.
Ncuncu, maphuza kwezide iziziba ngb kweymfishane inganqundeka umlomo.