clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mpukane

Izithakazalo zakwaBenya

Benya Clan Names 👑
Benya 💛, Maduli, Ngogo zabantu, Mabhincela esangweni , abanye bebhincela endlin, Mbovu , somahhashi , Nyoni emnyama esidwa isisila sayo unomasikisiki, Bhongoza omhlophe , Mpukane ephandana nabaqhungayo !! 🙌🙌

Izithakazelo zakwaMadondo

Izithakazelo zakwaMadondo

Mnquhe,
Wena waseQhudeni,
Zikode kaNgaba,
Mwelase,
Mpukane kaMgedeza,
Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!!!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: