clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nomaziyane

Iqhina liphume embizeni

Iqhina liphume embizeni

kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe

iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane

imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.

Mthimunye Nomaziyane

Mthimunye Nomaziyane

E! Mthimunye
Nomaziyane kaMngoma
wena owangena esibayeni ungakavunuli wavunuliswa nguNomaziyane ngendlini ndayindayi
Mngoma
mbambo ezaphekwa eziko ziqubalala kwathiwa zephuleni zizakushisa abantwana kwathiwa zizakushisa bani kwathiwa zizakushisa uDlabantu noMabugulu jodwe limanzi amnandi

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: