clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Nomthandazo-Nkosi

Tinanatelo Nkosi ๐Ÿ˜ Izithakazelo zakwa Nkosi

Nkosi
Dlamini Hlubi
Ludonga LaMavuso
Abay`embo bebuyelela
Sidwaba sikaLuthuli
Wena esingangcwaba sibuye noMlandakazi
Abawela lubombo ngekuhlehletela
Nina baSobhuza uSomhlolo
Umsazi kaSobhuza
Mlangeni
Nina bakwakusa neLanga
Nina bakwaWawawa
Lokothwana
Sibalukhulu
Nina beNgwane
Nina besicoco sangenhlana
Nina beKunene

Izithakazelo zakwa-Nkosi

Izithakazelo zakwa-Nkosi

Ndlangamandla,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshwโ€™akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: