Izithakazelo zakwaMlotshwa

Makhombothi,
Ntumbeza kaNtuzi,
Cabuzela onyawo zincane, ziingaba nkulu zifuzโ€™ekhabonina,
Khambule,
Mzilankatha, Shezi,
Magidla!