Izithakazelo zakwa-Nyembe

Ncamane,
Skhandisa samakhosi,
Thwala lomzimkhulu,
Mnyamande,
Mkhont’oduma njengezulu,
Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni,
Nhlangothi zimanxebanxeba,
Wena kaMlamulankunzi ungaziyeki zibulalane,
Wena kaSiwela owawela umfula ngesilulu,
Mnyango kawuvalwa, uvalwa ngamakhand’amadoda,
Ntshivakazi engenampondo,
Bhijela wamaMbane,
Sakade kaGemane,
Gemane kaSiwela,
Nzilagazi!

Izithakazelo zakwa Nyembe🙌 Nyembe Clan Names

Izithakazelo zakwa Nyembe, Nyembe Clan Names Ncamane, Skhandisa samakhosi, Thwala lomzimkhulu, Mnyamande, Mkhont'oduma njengezulu, Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni, Nhlangothi zimanxebanxeba, Wena Read more

Izithakazelo zakaNyembe

Nyembe Ngubane, Mlotshwa, Makhiwa, Qalashu, Wenowafuyi'nkabi, Wen' owahlangabez ungwanye ezangobobuso, bavuka bajikjela, Wena Zinja zakwamasenjane, wena Mlungu onesihawu, Ngubane!