Buthelezi: Shenge, Sokwalisa, Phungashe, Mnyamana kaNgqengelele! Mnandi ngamondi! Wenโ owadliwa โzindlovukazi zamlobolela! Nina โzinyawo ezimahhele, enaganisโ izintombi nanganye nangambili!
Tag: samke-buthelezi
Izithakazelo zakwa-Buthelezi
Shenge,
Sokwalisa,
Mnyamana kaNgqengelele,
Phungashe,
Sondiya,
Mnandingamondi,
Wena owadliwa zindlovukazi zamlobolela,
Nina zinyawo ezimahhele,
Enaganisa izintombi nanganye nangambili!