clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Siluma

Siluma Clan Praises

Shodo
Ndimande
AmaCekwa’ amahle
O’shiyabantu njenge’nyamazane
Nibahle nezinyawo zenu
O’mahlome endlini amazawuzawu!

Bengama Nguni amaThefuya amaThonga kwaMhlabuyalingana.

Siluma Clan Names

Shodo Ndimande Shiyabantu njenge’nyamazane amacekwa amahle omahlome endlini nina enahla umkadadewabo wathi akamehlo akananyongo umhlehlo sibhabhakati amazawuzawu amhlophe!

Izithakazelo zakwa Siluma

Shodo shiyabantu njengezinyamazane amacekwa amahle
O’shodo, cekwa ,shiyabantu bengamaThonga amathefuya kwamhlabuyalingana KZN baziwa ngobu Thikazi bethakazela bethi
Thikazi siluma ndlundlu mambakazi wena owashiyabantu bebuka

Izithakazelo zakwa SilumaSiluma Clan

Izithakazelo zakwa Siluma 😍 Siluma Clan
Shodo M’Cekwa Mthombeni wena lowa shiyabantu njengezinyamazane wena lowathombela phansi kwesihlahla semnyazi.

Siluma Clan Names Simula Clan Names

Siluma Clan Names
Thombeni Thjikwana gegana yangalala ngaboye entabeni yemabulembu Ndebele makonkwana waphambana ne nkomo adle uMalusi …….thombeni gegana ndlov’buthwa.

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: