clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Zaca

Zaca Msenti Clan Names

Zaca Msenti Clan Names

zaca msenti, nomafu, mkhethaphela, zondwayo, ngwekazi, solwa, nina mageza ngobisi abafokazane begezangamanzi, mbacomfofu ophuma eswazini, jaca, nzaca, malimela owalimela amadoda ngenkomo ezimbili kuya kwezintathu, nina enakha endleleni ngoba nisiza ababulawayo, bathembhu ababulala itibane kwangabandaba zalutho!

Izithakazelo zakwa Zaca

Nazi ithakazelo zakwa Zaca engizaziyo

  • Jaca/Zaca/Nzaca
  • Msenti
  • Mkhethaphela
  • Malimela owalimala amadoda angenankomo ngenkomo ezimbili
  • Solwa
  • Sizobulawayo
  • Songela
  • Mvimbi
  • Chumane
  • Nkanyezi Zezulu
  • Nomafu
  • Vumisa
  • Bhudu kandaba

izithakazelo zakwa Zaca

izithakazelo zakwa Zaca

Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Zaca, zithumelae kule-email: [email protected]

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: