clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Zakhele-Hlatshwayo

Izithakazelo zakwa-Hlatshwayo

Izithakazelo zakwa-Hlatshwayo

Mhayise wakoLanga, Ngwanya, Siyendana, Cebisa kaMabhengeda, Ugid’gogweni ovala emnyango ngamakhanda amadoda, Mgogodlana, Nina enanqoba ibuhto lakwaGob’izembe, Ngele! Ihubo lakwa Hlatshwayo: โ€œWabulala amakhosi, ingwe yohlanga Mana nkonyane yohlanga, Ungwanya bamazi izwe lonke, izwe lonke Nkonyane yamaNgwanya, bayethuka Soka siwashise amankengane, sicwecwa izizweโ€

Izithakazelo zakwa-Hlatshwayo

Izithakazelo zakwa-Hlatshwayo

Mhayise wakoLanga,
Ngwanya, Siyendana,
Cebisa kaMabhengeda,
Ugid’gogweni ovala emnyango ngamakhanda amadoda,
Mgogodlana,
Nina enanqoba ibuhto lakwaGob’izembe,
Ngele!

Izithakazelo zakwa Hlatshwayo ๐Ÿ˜ Hlatshwayo Clan Names and brief history
Abantu bakwa Hlatshwayo bahlobene nabakwa Ngwane nabase Swazini.
Ulibo lwabo luhamba kanje:

Mhayise, Langa, Hlatshwayo, Sophikwase, Cebisa, Ngwanya, Mhlaba, Mgogodlane, Siyendane, Muleshe, Mhlaba2, Mgogodlane2 (Swazini)

Indlu yase Bergville:
Mgogodlane, Makhwelela, Shali, Novoyi (Somtseu) Siphiwe, Thulani, Siyendane, Manukuza, Mgezeni, Bambuhlanga.

Indlu yase Gege:
Muleshe, Mahubhu, Velamuva.

Nazi izibongo zakwa Hlatshwayo:
Ngwanya, Siyendane,
Gidogongweni ovalumnyango ngamakhanda amadoda,
Cebisa ka Mbengeshe,
Wena owacebisa amakhosi,
Mhayise wako Langa,
Hlatshwayo abahlabizinkomo zamadoda esibayeni,
Bazidle bangasolwa,
Mgogodlana,
Nina enanqoba ibutho lika Gobizembe,
Ngelengele!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: