Izithakazelo zakwa Masimula

Masimula, nkosinkulu, mlotshwa, mbonani, migidi, ngulube azembelani engembelenye iyaquba ,ngabade ,boyane ,umakhonza akhonzele futhi abanye bekhonza bagoduke ,umfazi wamabele amade ngaphesheya komlambo ,iligwa neligwana ,mgidi wako dumako ,mlamuli wakomagwabo ,ngowalamul’izinkunzi ezimbili zilwa ,indumandumane eyaduma ezizweni ,bathi umlotshwa ngowakuphi na? ngumlotshwa wako zingelwayo ,abamfunayo abamfumani..

Zulu Kings Amakhosi

General Standard--Royal Standard 1. Uhlanga 2. Muntu 3. Mnguni 1 4. Mithiyonke 5. Mnguni 2 ----------Mnguni 6. Nkosinkulu--------Nkosinkulu 7. Mdlani--------------Mdlani Read more

Mlotshwa Nkandi Clan Names

Nkandi Mlotshwa Bikani Sigqagqagqa Sikwaza Mkhonto!