Izithakazelo zakwa Nkomonde

Nkomonde,
Msuthu,
Mfuphi,
Ndiyema kamthanti,
Mdladla odlemini,
Wena wakwamacebisa kuyasa,
Wena owalingwa zintaba zendelana,
Mlotshwa,
Mkwena wena owawela ngesilulu elisuthu,
Dlomo!