izithakazelo.blog
Ukhule Uze Ukhokhobe
EsiZulwini uma sifisela umuntu unwele olude siyaye sithi, “Ukhule uze ukhokhobe.” Lokhu kushiwo ngoba uma umuntu esemdala kakhulu uyakhokhoba uma ehamba. Ngisho noma ngabe mfishane, noma ngabe mude…