Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Umoya Kulendawo lyrics Joyous Celebration

Ukungena kwami
Ngeke’fane nok’phuma kwam’
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

Kunjani weBangcwele
Laph’ omunye efakaza?
Omunye uyaqiniswa
Kuvuswe nokholo lwakhe

Kanti kunjani weBangcwele
Laph’ omunye eshumayela?
Isoni siyabuyiswa
Sithokoze nabangcwele

Izilimi kuyahunyuswa
Siyathola nemfihlakalo
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo

Amadimoni ayabaleka
Kuyaphiliswa nezinhlungu
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

Uuuuu…..

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo