Uma ufisa ukuxhumana nathi noma ukukhangisa kule-blog, thintana nathi kule email: minthemaking@gmail.com
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.
Uma ufisa ukuxhumana nathi noma ukukhangisa kule-blog, thintana nathi kule email: minthemaking@gmail.com
You must be logged in to post a comment.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
khululiwe Mlondo
sanibonani,ngicela ningiphe izithakazelo zakwaNtini nemvelaphi/umlando wakhona.Khululiwe Mlondo.
Senzo Ntini
AbakwaNtini bayehlukana uma bezithakazela,behlukana ngezindawo abahlala kuzo.kukhona abaseSouth Africa abazithakazela ngokhokho babo nabo abehlukene futhi ngezindawo,bese kuba khona abasemazweni afana noZimbabwe abazithakazela ngemvelo ehlobene nesilwane iNtini,njengoba sihlala emanzini e.g bathi Siziba Mhlanga njalonjalo,njegoba umhlanga umila emanzini,kodwa bonke bangabandawonye oNtini.laba abalapha ezansi neSouth Africa ikakhulu ukhokho wabo bebonke uLungwase okwenza bethi noma behlukana ngamanye amakhehla kodwa abamshiyi uLungwase bonke laphaya koMgungundlovu, Thekwini,kwehla njalo. Bathi Ntini,Mphethela Ndlukazi Lungwase Simula Phenduka Sidanda nina abakaSqongosnojija abehla ngomzungulu wasala wabola,abakaMzila wamakhosi kawlandelwa ungawlandela uzophambana inhloko,abakaMthondo ukhwela intaba. Ziningi ngeke ngaziqeda, kodwa uma bethetha idlozi labo abakushiyi ngaphandle ukuthi”Besuthu”nokuyindlela abateketisana ngayo nje nasempilweni yemihla,ngoba kunomlando wabo obahlobanisa nelasebeSuthwini,abanye bokhokho bazalelwe khona eLesotho,kodwa kuvela ukuthi indabuko iseSwazini.
mlamuli
siyabonga mfowethu,ungakwazi ukuchaza ukuthi oNtini abaseZimbabwe bahamba noMzilikazi noma cha?
Thembinkosi Andreas Tshoba
U Tshoba/ u Shoba Sobhuza Mbandzeni Zikode Mawohlakazi Mbamba’ndlovu owakhumula izinyo lendlovu walinika umkhonzazana womfundisi umkhonzazana walinika umfundisi ninokhololo nje zizwe ezintsundu kungenxa yethu. Asiphelele sibaningi singango tyani.
Nokuthula mthimkhulu
Ngicela izithakazelo zakwa Mpala
you can reply via email
makhulukulu@gmail.com
Diliza
Hi Nokuthula
If kungenzeka uzithole izithakazelo zakwaMpala please share it’s been long since I started searching
constance
Icela ningiphe isibhongo ne sihthakazelo sa kwa Mbonani
Dumisani nyaba
Ngicela izithakazelo zwakwa Nyaba ngubande
zinhle zee
Ngicela izithakazelo zakwa mafu or magaqa
Nelisiwe
Sanibona ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa Guma nemvelaphi yabo
Elvis Mazibuko
Ngicela ningiphe isithakazelo saka Mazibuko
nobuhle hope
Ngifisa ukwaz izithakazelo zalwa Ndlalane
Thami Ndlalane
Ndlalane, Magwaza, Tinyoni letidze ti vhelaphi ngisho wena nkomoni, o wadla tek’nona na tek’ondza, Mandlazi, Mabunda, Malal’emcubeni, Mazinyo akapheli kuphela mazinyo ebatsakatsi
Mbili Langa
Ngicela ningsize ngezithakazelo zakwaMbili. Sobandeka,mbama…
yamkela
hi cela izithakazelo zakwa Mhlonishwa
Gugu Adeeken Mthimunye
Hi. Ngicela isnanazelo sakwaMthimunye
buccie
hy ngicela isithakazelo saka mbokane
Michael Thamsanqa Majozi
Umlando wakwa Majozi e Nkandla ngaphansi komndeni wesende lika Ndasane Majozi.
Thina sisendlini ka mkhonowebhunu owayaziwa ngegama elithi Mshebelele Majozi,owayeganwe (01). nguMakhaba, owazala uMhlikiza owayaziwa ngelikaSam Majozi,owayeganwe ngumaBiyela ozala uFanisani oyinduna yaseMangidini enhlababo isigodi kuward 07.(02).Kamajola omunye umakoti kaMkhonowebhunu, owayaziwa ngelika Jojo intombi yaseNdinana eMatshenezimpisi kuward05,Yena wazala uGuga intombi eyaganela kwaBiyela yagana uChiphatheka Biyela bona bazala uPhuphu Sipho Biyela benoJabulile umuzi wakubo useSphezi Eshowe. uJojo wabuye wazala Mfanuyazi Phillip Majozi owayganwe intombi yakwa Ntombela eyayizalwa eVungwini, eyayaziwa ngokuthi Sthokozile Elizabeth yena owazala izngane ezingu 06 amagama azo Bhekinkosi ,Khulekani, Harrison, Thabsile, Thamsanqa (Michael) noNkosikhona (Nqa) Majozi. UJojo wazala Wata owayeganwe nguMalanga umndeni lowo uSemawoti eNanda bona baza uMammane, uGuju kanye noZakhe owayisotsha. UJojo wabuye wazala uMkhetheni ongaganwanga kodwa owazala izingane kuKholekile Biyela amagama ezingane Thulane (Tuva),Phumelele,Mzamseni,Bongumusa Kanye Nontombenhle Majozi. UJojo wabuye wazala uBhizeni ongaganwanga kodwa owaba nengane nomaMkhize uNtombemhlophe bazala ingane eyodwa igama layo Ncane (Philile)Majozi.Jojo wabuye wazala uBongi owayendodana eyodwa igama layo ngu Sakhiseni owayemzale kwaBiyela.(04)Mabiyela omunye umakoti KaMkhonowebhunu yena owaza UMabandla owaba yinduna yas-Ophindweni isgodi kuwadi 11 emaChubeni.,yena wazala uGada, Tusokwakhe noSbusiso. UmaBiyela wabuye wazala UmaJuda owayegane kwaMagwaza owazala Phangubude, Ntombizenzani,kanye no Joseph Magwaza. umaBiyela waphinda wazal uElida owayegane kwaMathenjwa owazla uLindiwe,Themba noThandiMathenjwa.Omunye umakoti kaMkhonowebhunu umaNtombela Disa (Dumisukonisa) owazala uNtamoyetshitshi owayeganwe nguMaMkhize Florence ozala uThokozani, Khethiwe kunye NoMpala owamzala kwaMbatha keyena umama. uDisa wabuye wazala Phuthisa oganwe ngumaShezi uSthombe bona baza uSphiwe ,Mjabuliseni,Hloniphile,Mandlenkosi,Tozi,Dumisani kunye Bongi Majozi.Lemindeni itholakala eNkandla kuward 11 Ophindweni ngaphansi kwenduna Mbanndleni Alson Mahaye,inkosi Bhekisabelo Shezi
Nompumelelo Nobuhle Mbokazi
Ngicela ungiphe izithakazelo zakwaMbokazi
Thandiwe
Hi there,bengisacela ningisize ngesithakazela sakwa Mdakane.Ngoba ubhuti kaBaba wami akafuni ukungitshela zonke He said Mdakane,Mafuza Afulele Onjenge Lifu Lezulu Nina Bakwasikhova Simponjwane Nina Bakwa Bonda Aliwelwa Liwelwa Liwelwa Ngaba Folokazana Nabo Bafike Bakhethale.Kepha mina angisitholi,ngobaakekho omunye omdala ongasiza.Ozithobayo Thandiwe Noluthando Mdakane
Fortune M Mtshali
Ngiyabingelela Sontshikazi
Ngake ngabhalele kulengosi ngivele izithakazelo nomlando wakwaNyaba,ngizalwa yintokazi yakhona manje atonal ulwazi kahle ngoba yabhujelwa abazali isencane
Anele Manyoni
Ngicela ningipha izibongo zakwa Manyoni nomlando wakhona
TEREKI MBONANI
Good day can you help ngeembongo nomlando wabantu bakwa Mbonani
Hastings
i wna know izithathakazelo zika banda