izithakazelo.blog
Zungu
Izithakazelo zakwa-Zungu Gwabini, Manzini, Geda,Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,Wena owaphuma ngenoni emgodini,Sengwayo!