IziThakazelo zakwa Mdabe Clan Names
Mdabe Shota Phumuz’abantu ngamaphiko Ngalo zamaBhunu eziphephezela uboya Mgadezeli wena owuvuka ngokulilelwa wavuka wagijimela isgodo simuka nomfula ecababanga ukuthi inyama Mkhokhobi Mphathazi Nophenge ugqumuza umuntu ngewisa Mavula ovula kuvaliwe !! 🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMESâ–¶ UTube Channel
Copy and paste this URL into your WordPress site to embed
Copy and paste this code into your site to embed