Mdabe
Shota
Phumuz’abantu ngamaphiko
Ngalo zamaBhunu eziphephezela uboya
Mgadezeli
wena owuvuka ngokulilelwa wavuka
wagijimela isgodo simuka nomfula
ecababanga ukuthi inyama
Mkhokhobi
Mphathazi
Nophenge ugqumuza umuntu ngewisa
Mavula ovula kuvaliwe !!