AbakwaMazibuko AbakwaMazibuko bangaBaMbo Nguni, bayinzalo kaNtsele njengabantu bakwaZwane . Bazibiza ngenkosi yabo uMungwe, yingakho baziwa ngokuthi bangaMangwe noma abaseMangweni. Umlando uveza ukuthi abakwaMazibuko bahlobene eduze nabakwaZwane futhi kufanele ngabe abaganiselani ngoba ngokomlando bangabandawonye. Kunenkolelo yokuthi isibongo sakwaMazibuko saqhamuka ngemuva kwesiga sokulalana kwezingane zandawonye. Abaningi nokho bakwaMazibuko bayakuphika lokhu. Umlando wezibongo eziningi nokho uveza ukuthi kwakuyisiga … Continue reading Umlando wakwa Mazibuko
Copy and paste this URL into your WordPress site to embed
Copy and paste this code into your site to embed