Izithakazelo zakwaNyandeni

Nyandeni,
Mashobana,
Vumisa kaNgono,
Khukhuza kaNgonyama,
Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwaNtaba Ntshanini,
Ngwadla phakela izigqala zakwaLibose,
Wena waseNdinaneni


More information is available on our YouTube channel