Sawubona, hello.

This blog is mainly about keeping a record of clan names, history & meaning of names. We also have translations for languages for those who want to learn other languages other than their mother-tongue.

How you can participate? We have recently allowed you, our dear blog visitor, to add your own knowledge of your culture & history. To do so, Click here.

Imibandela nokumele ukwazi ngaphambi kokusebenzisa le-blog:

izithakazelo.blog iqukethe ulwazi lwezithakazelo kanye nomlando wabantu kanye namakhosi ikakhulukazi aseNingizimu Afrika. 

Kokunye siyafundisa ngokubaluleka kolwimi lwesiZulu. Sisebenzisana ngokuhlanganyela nanoma ubani onentshisekelo yokugcina (preserve) ulwazi nolwimi lwethu singama-Afrika. Ngakho-ke, le-blog ivumela inoma ubani one-inthanethi ukuthi afake ulwazi analo ngomlando noma izithakazelo zesibongo esithile. Ngenxa yobuningi bamakhasa olwazi olufakwa usuku nosuku, sicela wazi ukuthi akusilo lonke ulwazi oluqukethwe lapha olubuyekezwe yizazi-mlando. Ngakho-ke ngeke sisolwe ngolwazi oluqukethwe lapha okungenzeka ukuthi aluphelele. Lokho akusho ukuthi ngeke uthole ulwazi olubalulekile nolunembile; isikhathi esiningi uzoluthola. Nokho, izithakazelo.blog ayikwazi ukuqinisekisa ubuqiniso bolwazi olutholakala lapha ngaso sonke isikhathi.
Inqubo yokushintshwa kolwazi oluqukethwe lapha:
Wonke umuntu ovakashela le-blog kumele ahlolisise ulwazi alutholayo lapha ukuthi lulungile futhi lushaya esikhonkosini - kumele afunde imibono (comments) yabanye abantu ngezansi kwalolo lwazi, azwe ukuthi nabo bayavumelana nalo noma bayaluphikisa, noma khona abakwengezile kulo.

Sesiphetha, uma-ke kunolwazi olubonile lapha olunganembile, sicela usazise ngokushesha khona sizolubhekisisa bese senza okufanele. Sazise ngokuthi ufake ikhomenti ngezansi kwalololwazi ofisa lulungiswe. 

Wonke amakhomenti afakwayo kule webhusayithi, siyakhona ukuwabona nokuwaphendula ngokushesha.

Alternative website:

www.zuluring.blogspot.com 

Advertising a product or service

For advertising enquiries, contact: BONGSK7@GMAIL.COM