Ukudla ubhedu ∼Ukuba ingqwele noma uhambe phambili kulokhu okwenzayo.

Esinye isibonelo: uma umsakazi wohlelo lwesingoma ethi “Mlaleli ngikuphathele izingoma ezidl’ ubhedu” usuke esho ukuthi uzodlala izingoma ezishaya khona futhi ezidumile!

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos