Coka manatha owanatha inyongo kamabaso qandela khathaza owakhathaza imlomo yabamzondayo mabheka owabheka izwe lonke lamfanela mbalakaxane kaxam ndikilane kaskhoth masosha!