Kwafika indoda enguMbhele eBizana isuka eMnambithi Ndunge.
Yazeyokha eduze nomthavuna lasekuthiwa kusemabheleni.
Nyana kaMbhele bayokwakha eLaleni bazala uNdunge, Ngcambelo, Zoleka
UNdunge wayokwakha eSwani eluphondweni wazala uShabeni
UShabeni wazala uNtakamanzi
UNtakamanzi wazala uzinyosini, ukukhabakwenkomo, Mandlakapheni
Mandlakapheni wayokwakha eNcakaza wazala uMfuneni, noNomtu, nendodakazi uNombeko
UMfuneni wazala uDumisani, noMfuneko namadodakazi amathathu (Sinobom, Bongeka, Lindeka)
Leave a Reply