Mbokazi
Mahlazitha
Makhabane,
Masingila ngokusingila izinkomo zamadoda,
Mbokazi oluhlaza njengo ncoshane,
Mbokazi oluhlaza ngengo mhlubulo wakhe,
wena kaMabhalane owabhala ngozipho ezibunjini zabantwana kwa bonakala

Β© 2026
Senzelwe
Musho Mahlazitsa Mushoβ€οΈπ―
Shlahlashlumi Mcabakazi
Wena ungaz’nyakazeli unyakazelwa ngamanye macabakaza.
Mdini kaJobe inkosi enamaceba