Izithakazelo zakwa Ngcongo & History

Ngcongo
Phambuka
Celeshe,
Nozisho,
Nongwadla,
Mkhonto obkhali obala amazwana,
Wena owakhonjwa ngomunwe kungakayiwa enyangeni,
Mpunzi edla emini ezinye zidla ebsuku,
Maqhathula,
Wena owaphekwa netshe lavuthwa kuqala,
Mumbo omnyama abanye abambo bemhlophe,
Wena waseMbo!

More about Ngcongo

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment